Izithakazelo zakwa Dlamini , Dlamini Clan Names, Dlamini Clan Praises

Izithakazelo zakwa Dlamini [Zulu]
Sibalukhulu,
Mdlovu, Magaduzela,
Magaga kaNsele,
Wena owashisa umuntu ngesikhuni esibunjini kwaze kwasa eyobayoba,
Mgoqo ovimb'esangweni nansi impi,
Izwe lafa ngathini na?
Wena owabonela empunzini ukuthi kuyabalekwa ngoba yona yabaleka yaziphonsa ocingweni,
Ngonyama!



Prices:
T-shirt: R200
Sweatshirt: R300
Hoodie:R400
Golf-shirt: R250

Dlamini clan names, Dlamini clan praises, Dlamini praises, Dlamini izithakazelo

Previous Post Next Post