Izithakazelo zakwa Hlela, Hlela Clan Names, Hlela Clan Praises

Izithakazelo zakwa Hlela, Hlela Clan Names, Hlela Clan Praises
Madlula,
Kunene, Mphumela,
Maqeda kaNkani,kadabula iziziba,
Hangala,
Malakubuswa, Hlangakazi,
Nyongo yenyathi,
Mashiya amambi,
Nhlonhlonthi,
Ngcwingcwi Ezikhotha komude ngoba komfishane ziyagoba!
Previous Post Next Post