Izithakazelo zakwa Langa, Langa Clan Names, Langa Clan Praises

Izithakazelo zakwa Langa, Langa Clan Names, Langa Clan Praises
Sothole,
Sodumase,
Madevu aqgabul'inkomishi,
Phokophalala mnikolusha ngoba oludala lumbangela isilungulelo,
Shiy'abantu,
Nyongo yendlovu,
Madl'umlenze adele isidumbu,
Madubandlela,
Ngwane,
Mcwayi,
Gubhazi, Mlindeli,
Somaphunga,
Mdlaka!
Previous Post Next Post