Izithakazelo zakwa Madondo, Madondo Clan Names, Madondo Clan Praises

Izithakazelo zakwa Madondo, Madondo Clan Names, Madondo Clan Praises

Mnquhe,
Wena waseQhudeni,
Zikode kaNgaba,
Mwelase,
Mpukane kaMgedeza,
Wena ongawudli umbele odliwa abalandakazi,
Wena ongaweli ngezimpambosi, owela ngezibuko!

Previous Post Next Post