Izithakazelo zakwa Magwaza, Magwaza Clan Names, Magwaza Clan Praises

Izithakazelo zakwa Magwaza, Magwaza Clan Names, Magwaza Clan Praises
Yengwayo!
Njomane kaMgabhi eyaduka iminyaka nyaka yaze yatholakala ngowesinti,
Wena wasemthini emide yaseLangeni!
Njinji !
Mabhulu,
Wen'okajika khothama,
Gidizela!
Wena waMantando,
Manqondo !
Previous Post Next Post