Izithakazelo zakwa Mngoma, Mngoma Clan Names, Mngoma Clan Praises

Izithakazelo zakwa Mngoma, Mngoma Clan Names, Mngoma Clan Praises
Ceng'elihle elintamonde,
Mabhala obhala ngozipho abanye bebhala ngepensela,
Bozini,
Khongisa,
Dodoza,
Makhiwane,
Khala lembube elikhany'entabeni zokhahlamba,
Ntamonde ingaba mfisha yeza nonina,
Ukholokholo isibongo esingabongwa ngabaLandakazane,
Amalala alala nomunwe emuva avuke ancinde akhomb'izulu kwafiphal'ilanga,
Babuz'abakhunkuli bathi ubhula ngani abanye bebhula ngamathambo!

Ziyatholakala izikibha ezinezithakazelo zakwa Mngoma - Fonela lenombolo: 061 868 5163


 wenze i-oda lakho! 





Previous Post Next Post