Izithakazelo zakwa Ngema, Ngema Clan Names, Ngema Clan Praises

Izithakazelo zakwa Ngema, Ngema Clan Names, Ngema Clan Praises
Mngadi,
Madlokovu,
Ntusi yenkomo,
Nene,
Wena nasentendeni yesandla uyanela,
Muji,
Sthenjwa,
Madlokov'esengweni,
Sabel'uyabizw eNkonjeni ubizwa abamhlophe ukuzokhuluma ngomhlabathi wakini kaMalandela,
Sthuli sasengweni!

Ngema clan, Ngema izithakazelo, Ngema clan names - tags
Previous Post Next Post