Izithakazelo zakwa Malunga, Malunga Clan Names, Malunga Clan Praises

Izithakazelo zakwa Malunga, Malunga Clan Names, Malunga Clan Praises
Gatsheni,
Boya benyathi, obusonga busombuluka,
Mpongo kaZingelwayo,
Nina bakwaNdlovuzidl'ekhaya, ngokweswel'abelusi,
Zaze zeluswa intombi uDemazane,
Nina bakwaKhumbul’amagwala,
Nina bakwaDemazane Ntombazana,
Nina bakwaS’hlangu sihle,
Mthiyane,
Ngokuthiy'amadoda emazibukweni,
Nina bakwaMdubusi!
Previous Post Next Post