Bengingazi – Joyous Celebration song lyrics

Want a t-shirt with your clans? click here to make your order on Whatsapp

Bengingazi – Joyous Celebration song lyrics

Bengingazi ukuth’ ungithanda kangaka
Oh waze wanikela ngempilo yakho
Inani legaze owangithenga ngalo, liphakeme
Ang’soze ngak’bona okwanele. x2

Ngiyabonga ngothando lwakho
Ong’ nike lona Msindisi wami.
Ngaba ngini, ngab’ angilutho ngaphandle kwakho.
Impilo yami (ayilutho)
Ngaphandle ko (musa wakho)
Ngaba ngini, ngab’ angilutho ngaphandle kwakho. x2

Bayede!

Previous Post Next Post