Izithakazelo zakwa Blose, Blose Clan Names, Blose Clan Praises

Izithakazelo zakwa-Blose

Ndelu,
Madiba,
Dimba, Duma,
Mseleku,
Phonsel 'obusuMajonjobela oThunga ligcwala lingethiwanga ligcwala ukuhlakanipha,
Bohlela,
Noncengwa,
Wena owancengwa izintombi zathi,"sicela usishade Blose",
Chobile,
Wena owachoba izintwala zenkosazana,
Shinga,
Akushinganga mina kwashinga isibongo!

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names  Mbingo Msuthu , wena olandela ilanga maliyoshona eMancubeni, mzilankatha . Nkatha ayingeni ek...