Izithakazelo zakwa Hlomuka, Hlomuka Clan Names, Hlomuka Clan Praises

Izithakazelo zakwa Hlomuka, Hlomuka Clan Names, Hlomuka Clan Praises

Ngidi,
Bophela,Busane
Fuyane, Mazinga,
Mlalazi kaNoxhaka,
Laka lathengwa ngembuzi,
Imbuzi kwakungeyempongo,
Wena bhaka laseMakhasi,
Wena nyoka zakhwela emthini zingenanyawo,
Wena nkomo zehla ngelengiso estikini,
Wen'okandunu mabukwa yombili abasezitheni nabasekhaya,
Dlokwe lendlovu,
Jiji Mankononkono,
Geza ngenhla abafokazana begeza ngezansi,
Mnguni!

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names  Mbingo Msuthu , wena olandela ilanga maliyoshona eMancubeni, mzilankatha . Nkatha ayingeni ek...