Izithakazelo zakwa Makhathini, Makhathini Clan Names, Makhathini Clan Praises
Xabhashe,Donda wasEnkweleni,
Khuhla phansi njenge khowandlovu,
Ntulikabongwa ubonga yena uzona umlomo,
Wena owashaya phansi kwavela abantu nezinkomo,
Sonkophe,
Sombizi!
Tags:
Izithakazelo