Izithakazelo zakwa Mcoyi, Mcoyi Clan Names, Mcoyi Clan Praises

Izithakazelo zakwa Mcoyi, Mcoyi Clan Names, Mcoyi Clan Praises

Mnguni,
Qwabe,
Mnguni kaYeyeye,
Osidlabehlezi bakaKhondlo kaPhakathwayo,
Abathi bedla, babeyenga umuntu ngendaba
Abathi "dluya kubeyethwe",
Kanti bahlinza imbuzi,
Bathi umlobokazi ubeyethe kayikhuni,
Sidika lolodaba,
Phakathwayo!
Wena kaMalandela,
Ngokulandel' izinkomo zamadoda,
Amazala-nkosi lana!
Mpangazitha!

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names  Mbingo Msuthu , wena olandela ilanga maliyoshona eMancubeni, mzilankatha . Nkatha ayingeni ek...