Izinhlobo zotshani ngesiZulu | Utshani

 IZINHLOBO ZOTSHANI NGESIZULU:



1.Uqunga ''luthandwa izinkomo uma selukhulile selulude kanti futhi luyafulela izindlu, also this is a type of grass ow'khokho ababakhanyisa ngabo endulo kungakafiki amakhandlela.

2.Ibunda ''abasiki bebunda''

3.Umthente ''uhlaba usamila''

4.Indlolothi ''izinkomo akumelanga zibudle lobutshani''

5.Isiqunga ''siyasiza ukususa amathunzi amnyama, uyasiphalaza,ugeze kanti futhi uyazihlambulula nangaso also uma kunomcimbi kuzoba nomvalelo yiso esindlalwa phansi kulendlu okuzobe kunomvalelo kuyo''

6. Ikhwani. ''kukhandwa ngalo uvun'amavila, umshanelo webala ngoba liqinile ukudlula bonke utshani, baphinde baluke ngalo intambo yokufulela, liqale liphekwe uma kuzolukwa ngalo leyontambo kanti futhi liphinde lenze nezitswebhu''

7.Umtshiki ''uxutshwa nezimbici zesalukazi lezi eziyisimila for ukulapha uhlanya'' 

8.Ingongoni ''lobutshani busebenza kakhulu ekufuleleni izindlu''

9.Ungwengwe ''lulunge kakhulu enfuyweni''

10.Umsingizane.

11.umqangabhodwe.

12.Incema.

13.Ingongoni. 

14.Ungwengwe. 

15.Ubabe.

16.Isibhuzane.

17.Umqangabhodwe.

18.Umhlanga.

19.Ingongoni.

20.Uqethu.

21.Undunjane.

22.Uhalakasha. 

23.Ingovithi.

24.Isikhaba.

25.Isinandi.

26. Intunga. 

27.Isiqungu.

28.Umunyankomo.

29.Umsingizane.

30.Uhlonga. 

31. Undunjana.

32. Inamathunzi. 

33.Umbhataka.

34.Umfaz'obomvu

35.Isibhuzane: ''sifulela izindlu zesintu'' 


Sibonge kuSboniso kaMabaso ngaloluhlu lwezinhlobo zotshani ngesiZulu

Bayede!

Previous Post Next Post