Izithakazelo zakwa Dhlomo, Dhlomo Clan Names, Dhlomo Clan Praises

Izithakazelo zakwa Dhlomo

Mkhabela,
Dinangwe,
Bhelesi, Khweba,
Malala nomunwe endunu,
Avuke ancinde akhwife eMpumalanga,
Abuye ancinde akhwife eNtshonalanga,
Sikhaba esingangenkomo!

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names  Mbingo Msuthu , wena olandela ilanga maliyoshona eMancubeni, mzilankatha . Nkatha ayingeni ek...