Izithakazelo zakwa Ntombela, Ntombela Clan Names, Ntombela Clan Praises

Want a t-shirt or hoodie with your clans? click here to make your order on Whatsapp

Izithakazelo zakwa Ntombela, Ntombela Clan Names, Ntombela Clan Praises

Mahlobo!
Mpangazitha!
Ninenipheka ngembizende
Isibongesibi
Esingabizwa ngabalandakazi
Sidindi somtshiki!
Ninenishayimpukane ngesibhakela
Niyinqamulamathumbu
Nina bakwaMalandela
NinenizaluZulu
Nina bakwaLuswazi
Dlukula!
Nzuza!
Sishosho sikaPhunga noMageba.




Tags: Ntombela Clan, Ntombela izithakazelo, izithakazelo zakwaNtombela, clan name of Ntombela, Ntombela clan praises, praises for Ntombela
Bayede!

Previous Post Next Post