Izithakazelo zakwa Dlamini [Zulu]
Sibalukhulu,Mdlovu, Magaduzela,
Magaga kaNsele,
Wena owashisa umuntu ngesikhuni esibunjini kwaze kwasa eyobayoba,
Mgoqo ovimb'esangweni nansi impi,
Izwe lafa ngathini na?
Wena owabonela empunzini ukuthi kuyabalekwa ngoba yona yabaleka yaziphonsa ocingweni,
Ngonyama!
T-shirt: R200
Sweatshirt: R300
Hoodie:R400
Golf-shirt: R250
Dlamini clan names, Dlamini clan praises, Dlamini praises, Dlamini izithakazelo
Tags:
Izithakazelo