Izithakazelo zakwa Dludla, Dludla Clan Names, Dludla Clan Praises

Izithakazelo zakwa Dludla

Nolanga,
Skhakha somfazi,
Nsukunganye,
Cebisa, ocebisa abafokazana ngozuka
Ndwani, Noyivalela,
Ndaba zamanina,
Sibunyana siluhlazana intebe,
Mandondo weNkethe,
Jaja, Maphambukela,
Mbayimbayi, Mbuya,
Madlodlongwane,
Sikhonkwane, Ntanjana,
Mmemezi, Tonisi,
Maxolo!

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names  Mbingo Msuthu , wena olandela ilanga maliyoshona eMancubeni, mzilankatha . Nkatha ayingeni ek...