Izithakazelo zakwa Gumede, Gumede Clan Names, Gumede Clan Praises

Izithakazelo zakwa Gumede, Gumede Clan Names, Gumede Clan Praises
Mnguni,
Qwabe,
Mnguni kaYeyeye,
Osidlabehlezi bakaKhondlo kaPhakathwayo,
Abathi bedla, babeyenga umuntu ngendaba
Abathi "dluya kubeyethwe",
Kanti bahlinza imbuzi,
Bathi umlobokazi ubeyethe kayikhuni,
Sidika lolodaba,
Phakathwayo!
Wena kaMalandela,
Ngokulandel' izinkomo zamadoda,
Amazala-nkosi lana!
Mpangazitha!
Previous Post Next Post