Gumbi

Izithakazelo zakwa-Gumbi

Skhende,
Jele,
Ngubo yengwe.
Somkhanda, wena owakhanda amadoda,
Wena ka-Mathumb'ayiphanyeke,
Ntongande, Mdakane,
Mehl'enkomo, Ntini,
Nozingelayo,
Ndandali,
Wena kaNgoni,
Mlotshwa!

11 comments:

  1. mtwana wasemvokweni,mlomo mnandi

    ReplyDelete
  2. kuhlanganaphi uGumbi no P hakathwayo

    ReplyDelete
  3. Ngicela ukwazi ukuthi u Phahla ogcina ebalekile kubo kwaGumbi agcine ewele uMthavuma uxhuma phi la. Ngiyazi ukuthi uyasondela la koJele. Muhle umsebenzi. Vusi Gumbi. vusigumbi3@gmail.com

    ReplyDelete
  4. Ngicela ukwazi ukuthi umzungezi uhlanganaphi nogumbi ngoba sebeyanda abantu abazibiza ngomzungezi bethi isithakazelo lesi

    ReplyDelete
  5. Khohlisa, lethwa, thambo elimanikiniki ulbamb ulququde unike injakazi,scubi kasosiwa

    ReplyDelete
  6. sanibonani uNtini uhlobene noGumbi?

    ReplyDelete
  7. Ngcela ukbuza ukuthi kuhlangana kanjan uPhahla uGumbi noGu
    mede??

    ReplyDelete
    Replies
    1. Enter your reply...uGumede wazala amawele kuthiwa kwakungabonakali ukuthi amawele elodwa lazalwa kahle kwathiwa uPhahla leli elinye ngoba lalicashile kwathiwa iGumbi...so Phahla and Gumbi ama wele azalwa uGumede

      Delete
  8. Ngicela ukubuza ugumede uyisbongo noma igama lakhe lona owazala amawele

    ReplyDelete
  9. Ngicela ukubuza ugumede uyisbongo noma igama lakhe lona owazala amawele

    ReplyDelete

Total Pageviews