Madlala

Izithakazelo zakwa-Madlala

Sishi,
Mpumuza,
Hlokohloko, Bhengu,
Khabalidaka,
Nodlomo!

17 comments:

  1. Sishi, Khabalidaka, Dlobeni nina enadla inhlunu niyililela. Asiyidli imfe kaMkhwekazi

    ReplyDelete
  2. Mina engizaziyo ezithi Sozabe, somagodl owagodl' ingwe, nengonyama, mcikili, mabiya ngathuma, amahlahl' ehleli,

    ReplyDelete
  3. Replies
    1. Thina ngapha emsinga..singo gwegwana sishi hlokohloko khabaludaka mlenzubovu badlibenhlunu abafaz namadoda beylilela sofohlo mdlenevu

      Delete
  4. emzumbe o Madlala sibazi bewo:

    Sishi
    Sozabe
    Mcikili
    Somagogla abagodla ingwe nengonyama , mabiya ngothuli amahlahla ehlezi

    ReplyDelete
  5. Sozabe, Mcikili, Somagodlo, Owagodl'ingwe neNgonyama, ticubi at'lindwa tidliwa tik'hlata, Khaba L'daka, Mabiya ngothuli Amahlahla ehleli.........

    ReplyDelete
  6. Ai iqinisilevubawo Ibona iMadlala abakhona,yize noma ngu Dlomo mina

    ReplyDelete
  7. bhengu aibo ngempela ngowaka sishi gishadele ka bhengu

    ReplyDelete
  8. Mcikili, Sozabe, Hlokohloko, Khabal'daka

    ReplyDelete
  9. Nami kuyangithusa okwakaBhengu, kodwa angiqali ukukuzwa.

    ReplyDelete
  10. Christina Dube
    mina ngazi ukuthi uMadlala umphephethe yena owadla umhlehlo kadadewabo wathi akanamhlehlo mlipha

    ReplyDelete
  11. Busi Madlala. Mina ngazi siqhamuka ngase Swwazini. Madlala,Mlipha,Mphephethe,owadla umkadadewabo watching akananyongo,watching akanamhlehlo,umhlehlo isibhabhakadane.

    ReplyDelete
  12. ezami zithy madlala,sishi,khabaldaka,hlokohloko,wen'owashaya insim'yazmilela

    ReplyDelete
    Replies
    1. uyazishaya kakhulu manje uMlando wakaMadlala ngabe unawo?

      Delete
  13. thina eMpendle sithi
    Madlala
    Sishi
    Khabal'daka
    Hlokohloko
    Msunukanyoko

    ReplyDelete
  14. Yebo nami ngazi :
    Madlala
    Sishi
    Khabal'daka
    Hlokohloko
    Msunukanyoko

    ReplyDelete

Total Pageviews