Izithakazelo zakwa Mahlobo, Mahlobo Clan Names, Mahlobo Clan Praises
SokhelaMphangazitha!
Bomvula, Maqhoboza
Dlukula,Thiyela,
Mashiy' amahle, Nzuza, Mshazi,
Shomela kaMgijima!
Wanakana Wasala kaMlezane
Umvem'ocalyo ezihlambanen' zakwaMcikiza
Umagwazishum' umagwaz' ubekelele
Wena owahlab' iso lesilo ngomuso wahlab' elengonyama!
Tags:
Izithakazelo