Mngoma

Izithakazelo zakwa-Mngoma

Ceng'elihle elintamonde,
Mabhala obhala ngozipho abanye bebhala ngepensela,
Bozini,
Khongisa,
Dodoza,
Makhiwane,
Khala lembube elikhany'entabeni zokhahlamba,
Ntamonde ingaba mfisha yeza nonina,
Ukholokholo isibongo esingabongwa ngabaLandakazane,
Amalala alala nomunwe emuva avuke ancinde akhomb'izulu kwafiphal'ilanga,
Babuz'abakhunkuli bathi ubhula ngani abanye bebhula ngamathambo!

Ziyatholakala izikibha ezinezithakazelo zakwa Mngoma - Fonela lenombolo: 062 809 2262 wenze i-oda lakho! 





3 comments:

  1. Mabhala ngozipho imina lowo mngoma o bhodoza

    ReplyDelete
  2. Ngifisa kwazi ngalezi thakazelo ukuphi okwaqanjwa ngendaba yesenzosimbe okanye kwazalana bani nobani kwaphuma uMngoma ngoba kuningi engakwazi kanti ngingowakwaMngoma nami

    ReplyDelete

Total Pageviews