Izithakazelo zakwa Msomi, Msomi Clan Names, Msomi Clan Praises

Izithakazelo zakwa Msomi, Msomi Clan Names, Msomi Clan Praises

Msomi!
Gasa,
Thabelo,
Nyawose,
Phingoshe,
Mangamahle,
Nomndayi,
Singila,
Hlombe,
Meyiwa omalala ngokulala bavuka bakhomba ilanga,
Nina enehla ngomzungulu wasala wabola,
Nina bakwa gcogcobala,
Amakhosi amakhulu asezilozini ezibuka umuntu engathi ziyamjamela,
Abakanyoni ezimnyama ezimaphik'abomvu!

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names  Mbingo Msuthu , wena olandela ilanga maliyoshona eMancubeni, mzilankatha . Nkatha ayingeni ek...