Izithakazelo zakwa Msezane, Msezane Clan Names, Msezane Clan Praises

Izithakazelo zakwa Msezane, Msezane Clan Names, Msezane Clan Praises

Mashoba,
Vezi ngokuvez'amanzi,
Wena owaphuma'esiqwini somganu kwaphuz'abafo nabafokazane,
Ntumbese kaPhothela,
Nina besandla esibuyekeyekana,
Skhuba abandi abathekeli,
Nina eningathekeli nto yamuntu,
Nkomo kazephusi zisengwa ubusika nehlobo,
Mgidi kaNgonyama wena ,taba emil'umhlanga,
Nina bentab' mile ekhanyisel'eNingizimu,
Evimbil'eNyakatho,
Mashob'ezithole!

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names  Mbingo Msuthu , wena olandela ilanga maliyoshona eMancubeni, mzilankatha . Nkatha ayingeni ek...