Mthethwa

Izithakazelo zakwa-Mthethwa

Dingiswayo,
Nyambose,
Magaga onsibansiba,
Mfolozi emnyama inketha baweli nabawelayo bayayiqokelela,
Nina bakanhlamba kangicelani ngoba angiceli lutho lomuntu,
Wena okalugagane oluhlabangaphi ngoba phela lumhlaba ngale,
Thulisa kuyozwakala,
Nkonyane yenkosi,
Hlangalezwe,
Nina baka Xaba kaMadangu,
KaNkomo enenekazi,izothandandana nayiphi na?
Izothandana neyakithi Eyengweni,
Khubaze, Jobe kaKhali,
Magezang'obisi lwenhlu abanye begeza ngamanzi,
Amabekankosi,
Nzimezimnyama,
Nina bakaGeza kaJakada,
Maphoswa kubusa,
Nina basezansi,
Mazila Mbolwane!

16 comments:

  1. Mmm... thanks for posting, where did u get all these? yazi khukhona ebengingazazi!

    ReplyDelete
  2. acctually besngazaz zonke bt nw we know

    ReplyDelete
  3. ngiyengizwe kuthiwa kukhona ukuhlobana phakathi koMthethwa noMbambo, kodwa kukhona umehluko omncane kwisithakazelo esith mageza ngobisi lwenhlunu/lwenhlu.

    ReplyDelete
  4. Wow kungsizile ukungena Lana kuningi ebengingakwaz like uMthethwa noMbambo bahlobene tjooooo aksenani coz I wasn't know anything mmmmmmm ngyazisa baThethwa

    ReplyDelete
  5. Tnx sengiyazazi kahle izithakazelo zami.😖

    ReplyDelete
  6. Wena wohlanga! Nyambose!

    ReplyDelete
  7. loving the praises as they give me courage when experiencing problems or seat back's,they also make me understand the taboos and totems to be respected and above that they make me understand why at times I act the way I do

    ReplyDelete
  8. May I please ask who was Khubaze on the clan names and what was he well known for?

    ReplyDelete
  9. @Xolani myhethwa Uthi Mageza ngobisi lwenhlunu😱😱😱 I thought it mageza ngobisi lwenhlu

    ReplyDelete
  10. Linjani boNyambose abahle

    ReplyDelete
  11. UKhubazi uzala uNyambose
    uNyambose azale uMthethwa
    uJobe azale uDingiswayo

    ReplyDelete

Total Pageviews