Ntuli

Izithakazelo zakwa-Ntuli

Godide,
Mphemba,
Ndlela kaSompisi,
Sothole,
Gudukazi uyiNcwayo,
Khuboni,
Sompisi owaphemba ngamakhand'amadoda,
Abanye bephemba ngomlilo,
Nina base Lenge,
Enabonakala ngefu lezintuli,
Kwabe kunguSompisi kaGuqa, kaMasalela,
Mazimuzimu enidla'abantu,
Mgwabini wemikhonto,
Umahlatshwa ebuhleni njengethole,
Umagaju njengengwe,
Inhlangu eyeqa iphindaphinda,
Umanxeba angamanxuluma,
Kwasa bemhlaba uGwabini, waphika,
Lang'elaphum'endlebeni yendlovu,
Nyaka wumbe,
Lophum' endlebeni yengwenya,
Unonjiyelwa,
Kulala uhlangothi lubomvu,
Ugodo olumuka namankayiya,
Langa!

32 comments:

  1. Replies
    1. Maphemba "ngisacela ningelaphe lapha ngididekile, u Ntuli ube uNtuli esekwaZulu esuka ELENGE engu Mbhele?

      Delete
    2. Godide,mphemba... Allusion

      Delete
  2. Ndlela kaSompisi, Sothole, Gudukazi uyiNcwayo

    ReplyDelete
  3. Is uGwabini isithakazelo sethu yin?

    ReplyDelete
    Replies
    1. Mphemba Omkhulu 🙌🙌🙌. Cha Ndlela kaSompisi akusona kodwa kusho ukuthi uGwabini isitha esasibhekene naso leso okwasa sisihlaba ngomkhonto thina MaBhele ngoba singama Qhawe.

      Delete
  4. Mabhele ngibonge, ngicela ningazise ukuty ungubani ULushaba emaBheleni nd ungenanjani

    ReplyDelete
  5. Hawuuuuuuuu namhlanje ngithole okunye ebengingakwazi siyahlangana noZungu. Nazozonke lezezinye izibongo hhhhmmmm Sothole

    ReplyDelete
    Replies
    1. I advise you Bhele to look at the history of AmaBhele where you will find out the numerous clans we are related to, not necessarily oNtuli. ONtuli bavela kuSompisi, yilapho ke isibongo wakaNtuli sazalwa khona

      Delete
  6. Enter your comment...ai badla kshuth sonke sihlobene #hides

    ReplyDelete
  7. Ayidle iyshiyele mabhele.

    ReplyDelete
  8. Oh wow now I know.#proud to be iBhele

    ReplyDelete
  9. Replies
    1. Hi guys please help...does it differ the way sizibiza ngakona
      ..amongst the bele clan
      ...amongst xhosas zulus and hlubis

      Delete
    2. Hi guys please help...does it differ the way sizibiza ngakona
      ..amongst the bele clan
      ...amongst xhosas zulus and hlubis

      Delete
    3. Patrick, thanks for your writings in Siswati, great work there. I advise you to read the history of AmaBhele to have a good understanding of the relationship amongst many clan under the leadership of Guqa, a grandson of Bhele. Sompisi is creditef with the establishment of the Ntuli's after the great split that led to other clans going to what we know as AmaXhosa and other tribes. However, the Ntuli's and other clans kept the Bhele praisename as a reminder of their history. OShabangu, and others were in the same Bhele clan. Ningashadani ke maBhele nihloniphe amadlozi akwaBhele. There is one great leader that is not mentioned often, Masalela, uyise kaGuqa, uGuqa ozala uSompisi, the founding father of the Ntuli's as we know them today.

      Delete
    4. The Ntuli's fought many wars under the Zulu Kingdom. UNdlela kaSompisi, who succeeded his father as the Zulu Primer Minister was a great warrior. Godide took over from UNdlela after the unfortunate murdering of UNdlela by uDingane . UMpande restored the premiership and actually reinstated the Ntuli's as chief advisors zakwaZulu. We were known as the great warriors who protected the Zulu Kingdom, yingakhonje laphayana eNkandla there is a monument built in honour of u Ndlela who is credited with saving umbuso wakwa Zulu. He paid the ultimate price for that but Mpande went on to take over from the sonless Dingane.Hold your heads high Maphemba

      Delete
  10. ONTULI NGEKE BAQEDWA NGABABUSI NGOKUZALWA

    ReplyDelete
  11. Mina ngakhula ngazi ukuthi "mphemba ngabele, abafokazana bephemba ngezibi!

    ReplyDelete
    Replies
    1. Kunjalo, Mphenbe ngebhele abafokazane baphemba ngezibi zendlela. Ntuli ngiyesaba ukukubonga ngoba obonga wena uzona umlomo.

      Unjani sasicebile, unlike besiwuphemba ngamabele kanti abafokazane baphemba ngezibi zendlela.

      Love you boGodide

      Delete
  12. Ngyajabula boGodide oSothole 🤐nawe bhutomdala uNeumann its seems like u know more than i think when we 2gether on DC tym u have to taught me our clan names i bag u.

    ReplyDelete
  13. Inamandla mabhele nibakhulu nina

    ReplyDelete

Total Pageviews