Izithakazelo zakwa Shange, Shange Clan Names, Shange Clan Praises

Izithakazelo zakwa Shange, Shange Clan Names, Shange Clan Praises
Dumakude,
Mdima,
S'bhodla bakhothe umlomo abafokazane,
Mfazi omabelemade,
Oncelisa ingane ngaphesheya komfula,
Wena ogeza ngensipho kapondo,
Mathanga abushelelezi angenangqwayimane,
Phangandawo,
Nojoma,
Owaduma ngomlenze abanye beduma ngensonyama!
Previous Post Next Post