Izithakazelo zakwa Mamba, Mamba Clan Names, Mamba Clan Praises

Izithakazelo zakwa Mamba, Mamba Clan Names, Mamba Clan Praises
Ndlangamandla,
Nkosi,
Mphazima, Mntungwa,
Mawandla kaNdlela,
Nina baseMandlovini,
Mlotshwa, Siwela,
Mphazima kaLanga,
Nina bakwaLanga libomvu, elashis'amabel'ezikhuthali,
Mabuya sezembethe'ugogwane,
Mlotshw’akangakanani, ngoba nasentendeni yesandl'uyahlala,
Wena owaphath'induk'emnyama washay'amanzi, kwavel'udaka,
Nkonjane yenkosi,
Mpangazitha!
Previous Post Next Post