Izithakazelo zakwa Maphalala, Maphalala Clan Names, Maphalala Clan Praises

Izithakazelo zakwa Maphalala, Maphalala Clan Names, Maphalala Clan Praises

Khoza,
Mtimande,
Mavuso, Msuthu,
BeSuthu BaseNkalanjana,
Abamaziny’ansansa,
AbaseMbathamkhonto njengobhedu,
Abehla ngesilulu,
Bathi: “Zibukuzana zani lezi na?”,
Kanti `zinqama,
Wena wakwaMehlwana,
Wena wakwaMlotha,
Wena wakwaNungwana,
Msuthu waseMawusweni!

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names  Mbingo Msuthu , wena olandela ilanga maliyoshona eMancubeni, mzilankatha . Nkatha ayingeni ek...