Izithakazelo zakwa Mnguni, Mnguni Clan Names, Mnguni Clan Praises

Want a t-shirt or hoodie with your clans? click here to make your order on Whatsapp

Izithakazelo zakwa Mnguni, Mnguni Clan Names, Mnguni Clan Praises

Qwabe,
Gumede,
Mnguni kaYeyeye,
Osidlabehlezi bakaKhondlo kaPhakathwayo,
Abathi bedla, babeyenga umuntu ngendaba
Abathi "dluya kubeyethwe",
Kanti bahlinza imbuzi,
Bathi umlobokazi ubeyethe kayikhuni,
Sidika lolodaba,
Phakathwayo!
Wena kaMalandela,
Ngokulandel' izinkomo zamadoda,
Amazala-nkosi lana!
Mpangazitha!
Previous Post Next Post