Izithakazelo zakwa Msani, Msani Clan Names, Msani Clan Praises

Izithakazelo zakwa Msani, Msani Clan Names, Msani Clan Praises

Mtimamnde,
Kunene, Majoka,
Nxaba kaMbhekane owabhekana nokuhlupheka,
Madl'uvalo lwengonyama abanye bedl'olwenkomo,
Mthantathwa,
Mnguni wasOndini,
Wena kaNonqewu,
Wena kaMgobhozi,
Ntetha, Vangisa,
Mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi,
Mvuna!
Previous Post Next Post