Nzimande | Izithakazelo

Izithakazelo zakwa-Nzimande

Mphephetwa,
Mdluli,
Ngwekazi, Gwala,
Mancama ngesinkw'esikhulu,
Wena owasukel'isigodo simuka nomfula uth'inyama,
Manda kulandulwa,
Vilakazi,
Xam'odla ngomsingizane,
Mhlandla!

11 comments:

  1. Mfoka Zulu, ngithemba ukuthi uyaphila. Bengithi angibuze la. Mhlasimbe wena unalo ulwazi mayelana nokuhlobana kwalezi zibongo uma bukhona ubuhlobo nokuthi ungabe izithakazelo zakhona ziyefana na?

    uNzimande,
    Ndzimande
    kanye noNdimande.

    ReplyDelete
    Replies
    1. Nzimande noNdzimande into eyodwa le,ibizwe ngezilimi ezihlukene.Nzimande angimaz

      Delete
  2. ingabe abakwaMadondo bahlobene yini nabakwaNzimande?

    ReplyDelete
  3. Ngokucabanga kwami mfo baNdzimande bangamaSwati.

    ReplyDelete
  4. Abo Nzimande abezulu or amaXhosa yun

    ReplyDelete
  5. Nzimande
    Ndzimande into eyodwa le kwehluka ngba abanye bangama swati abanye ngamazulu undimande ay no no akahlobene nakancane nje no nzimande

    ReplyDelete
  6. Ama swati kdwa akhona nama zulu

    ReplyDelete
  7. Nzimande noNdimande abahlobene nakancane Mina uma a wam owkaNdimande washadela kaNzimande

    ReplyDelete
  8. point of correction,uMphephethe not mphephethwa,oNzimande indabuko yabo isuka eSwazini lapho over 200 years ago kade bebizwa ngoNdzimande(iswati) obabamkhulu bashintsha bathy soNzimande masebefika lana eNingizimu Afrika.uMancama wancama ngesitho isikhulu.

    ReplyDelete

Total Pageviews