Izithakazelo zakwa Phakathi, Phakathi Clan Names, Phakathi Clan Praises

Want a t-shirt or hoodie with your clans? click here to make your order on Whatsapp

Izithakazelo zakwa Phakathi, Phakathi Clan Names, Phakathi Clan Praises

Nina bakwaMthentuhlabausamila
BakwaJuqulodlamahleza
BakwaNyoni kaMamasiyephi
Ibuye noNgce eSibgubudu
Yathi Mamase phumungicombele
ZinamanyayezakoSozayi
Zibuye nembewisaphethwe
Nina bakwaMthonguthongwana
UmuthodlamaNyanyambeya
Nina bakwaSigagu
Nina bakwaZikhethankomo
Nina bakwaMhlambushiyanukwayusa
Nina bakwaNdamase wasekuYeyeni
Nina bakwaLanga liphume ladela
Lakhumbuyamanyamayanga
Laze lakhumbula koMafuya
Nina bakwaMlotshwa
Nina bakwaSambane.
Bayede!

Previous Post Next Post