Izithakazelo zakwa Mncwango

Izithakazelo zakwa Mncwango

mjaji ka ngotshana,
makhumbuza uthuli,
nsiba ka muntsha,
dubeni,
wena owanyela emfuleni wenkosi wathi uyancwanga,
mpangazitha oziphangayo,
mzingeli kamfekaye,
mncumbatha,
phakathi wako nkosi,
Bayede!

Previous Post Next Post