Izithakazelo zakwa Qwabe, Qwabe Clan Names Qwabe Clan Praises

Want a t-shirt with your clans? click here to make your order on Whatsapp

Izithakazelo zakwa Qwabe, Qwabe Clan Names Qwabe Clan Praises
Qwabe!
Gumede!
Phakathwayo!
Mnguni!
Malandela!
Ntabani leyayaya kuNgoye Gumede!
Dluya Nguni kubeyethwe!

Nazi Ezinye: Izithakazelo zakwa Gumede
Mnguni!
Qwabe!
Mnguni kaYeyeye
KaKhondlo kaPhakathwayo
Abadl’ umuntu bembhuyabhuya ngendaba
Bedluya kuyabeyethwa
Abalw’ impi noShaka
Wath’ uShaka makusikw’ ugebhezi
Lwekhand’ aphuze kulona.
Mgwaqo!
Khuzwayo!
Wena kaMalandela
Ngokuland’ izinkomo zamadoda
Amazala nkosi lana,
Mpangazitha!
Makhanya!
Bayede!

Previous Post Next Post