Isikhuni sibuya ngomkhwezeli | Kusho ukuthini ukuthi isikhuni sibuya ngomkhwezeli?

Want a t-shirt with your clans? click here to make your order on Whatsapp

Isikhuni sibuya ngomkhwezeli

Incazelo
kusuke kushiwo lapho umuntu edala impi ukuthi abantu 

baxabane bese impi iyajika iphendukela yena , isikhuni kusuke kuwukhuni olubasiwe emlilweni,

umkhwezeli ngumuthi ophethe amalahle omcilo ocimayo ukuze amalahle ezoba bovu umlilo uvuthe uqhubeke.

Abanye bakhule emalokishini abawazi umlilo ubaswa kanjani kuhle sinike abantu incazelo yonke yesaga esisuke sikhuluma ngaso.




Bayede!

Previous Post Next Post