Izithakazelo zakwa Gabela, Gabela Clan Names, Gabela Clan Praises

Izithakazelo zakwa Gabela Clan Praises
Mkhondo,
Mpangazitha,
Mahlasela,
Vezi kanoNene,
Uvezi akangakanani ngoba nasentendeni yesandla uyenela,
Zikhundl`ezimbili, esokulala nesokuthamela,
Nina bakonkomo zeza nomungu njengamabele,
Maqomboli kakhohlwa zindlela abadala zibakhohliwe,
Wena wakasilengela ntabeni engakhe ntabeni,
Nsele kaLinda mkhonto!
Previous Post Next Post