Izithakazelo zakwa Cele, Cele Clan Names, Cele Clan Praises

Izithakazelo zakwa Cele

Ndosi,
Nombedu,
Khumbuza,
Nkomo kayivuswa,
Nkom’isengwa ilele,
Wayisenga imile iyakhahlela,
Squnga esihle esingahlalwa nyoni,
Siqunga esizalela amasakabula
Mkhokheleli owakhokhela isizwe ekugqilazweni,
Dubandlela,
Vico akagezanga,
Obuye nensil'emfuleni,
Ngob'ethembe ukugeza ngobisi,
Magaye,
Magaye ongangolwadle!

Ngcongo clan names | Izithakazelo

Ngcongo clan names are : Phambuka  Nongwadla  Nozishe  Celeshe  Mkhonto obukhali obala amazwane!!! 🙌🏾 Sitholakala eKZN eMkhomazi eM...