Izithakazelo zakwa Gatsheni, Gatsheni Clan Names, Gatsheni Clan Praises

Izithakazelo zakwa Gatsheni, Gatsheni Clan Names, Gatsheni Clan Praises

Ndlovu,
Boya benyathi, obusonga busombuluka,
Mpongo kaZingelwayo,
Nina bakwaNdlovuzidl'ekhaya, ngokweswel'abelusi,
Zaze zeluswa intombi uDemazane,
Nina bakwaKhumbul’amagwala,
Nina bakwaDemazane Ntombazana,
Nina bakwaS’hlangu sihle,
Mthiyane,
Ngokuthiy'amadoda emazibukweni,
Nina bakwaMdubusi!

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names  Mbingo Msuthu , wena olandela ilanga maliyoshona eMancubeni, mzilankatha . Nkatha ayingeni ek...