Izithakazelo zakwa Ngidi, Ngidi Clan Names, Ngidi Clan Praises

Izithakazelo zakwa Ngidi, Ngidi Clan Names, Ngidi Clan Praises


Hlomuka,

Bophela,Busane

Fuyane, Mazinga,

Mlalazi kaNoxhaka,

Laka lathengwa ngembuzi,

Imbuzi kwakungeyempongo,

Wena bhaka laseMakhasi,

Wena nyoka zakhwela emthini zingenanyawo,

Wena nkomo zehla ngelengiso estikini,

Wen'okandunu mabukwa yombili abasezitheni nabasekhaya,

Dlokwe lendlovu,

Jiji Mankononkono,

Geza ngenhla abafokazana begeza ngezansi,

Mnguni!


Bayede!

Previous Post Next Post