Ngubane

Izithakazelo zakwa-Ngubane

Mbomvu,
Somahhashi
Nyoniyezwe
Nomafu,Myaluza,
Ngcukumane,
Zikode elimhlophe,
Matomela,
Nzombane,Ngogozabantu,
Nomasikisiki,nyon'esindwa isisila sayo,
Ndoda kaNyamazane,
KaSodlelezi esadl'amabele amhlophe sawashiya nenkehlane,
Ngcingcw'ephuza kwezid'iziziba,
Uma ingaphuza kwezimfushane umlomo ungabuya nodaka,
Vathu oluphezulu ngoba oluphansi olwabafokazane,
Nina baseMabovini okwakhala inkomo kwakhala imbuzi kwasha imizi,
Nomaphikwane!!!

29 comments:

  1. WAZISHO KAHLE BAFO!WEBAFO AWUNGITSHELE UNGENAPHI UNGWANE KULEZITHAKAZELO? NGIBUZA NGOBA KUNOMUNYE UMFO WAKA NGUBANE OTHE KIMI MGWANE.

    YISHO'KE SOMAHHASHI MHLAWUMBE YUMINA ENGINGAZI

    ReplyDelete
    Replies
    1. Nami ngakhula uMkhulu ethi Ngwane Nomafu Ngcukumane.....#wasala kuphi?

      Delete
  2. uNgwane is one of amaKhosi akwaNgubane, like Hlongwane,Somashin not Somahhashi,nomafu and others

    ReplyDelete
  3. Wow! Very impressive! Just something I have noted, others say Mgabhazi kaNomafu instead of just saying Nomafu...

    ReplyDelete
  4. ezakwa mahlambi zona zikhuphi
    ????

    ReplyDelete
  5. UMbomvu noma uMbovu ng'yadideka ke lapho ng'cela uk'caciseleka lapho?

    ReplyDelete
  6. Aw madoda!! Yithi labo o Nomafu

    ReplyDelete
  7. Awu kodwa bafo.....wazisho yeyi

    ReplyDelete
  8. wow wow wow! am coo impressed to being a ngubane kid!

    ReplyDelete
  9. Nina baseMabovini okwakhala inkomo kwakhala imbuzi kwasha imizi. Yithina ke labo

    ReplyDelete
  10. Kancane nje....laphaya ekuqaleni.... Kuthiwa Mbomvu, Somashi..... Hhayi lokhuya....

    ReplyDelete
  11. Ngiyakuthokozela futhi ngiyazigqaja ngesibongo sami saka Ngubane

    ReplyDelete
  12. Awu phendula phela Mbomvu sididekile

    ReplyDelete
  13. Awu Thixo. Ibusisiwe lensizwa.....

    ReplyDelete
  14. marora :) Kuvuka usinga Kwathi angigiye

    ReplyDelete
  15. Ewuuu kwavuk'usiba Mbomvu wakithi madodađź’•

    ReplyDelete
  16. Washo kamnandi somahashi ngafudumalađź’•

    ReplyDelete
  17. Uyazaz shem ithakazelo zakithi

    ReplyDelete
  18. mina ngithanda la besisho bethi Nyoni esindwa sisila sayo. Yithike labo

    ReplyDelete
  19. Hhay cha, kumnand'ekhaya kwaMbomvu

    ReplyDelete

Total Pageviews