Kheswa

Izithakazelo zakwa-Kheswa

Mnguni,
Nozulu liyasa liyasibekela,
Mngun'omuhle wakwaMchumane,
Mpofane,
Mchumane ,ngelengele,
Liyasa liyasibekela,
Nozulu, Mpangazitha,
Maqhaqhambi wezulu eliphezulu,
Izimpofana zawela uThukela nomlazane onameva,
Neza Nimachochombela njengekwindla,
USuthu Oluzalela izinja lungazalela izinzule luyahlanya!

7 comments:

  1. Kukhona yini ukuzalana phakathi kwabantu bakwaXulu nabakwaKheswa? Ngibona phela izithakazelo zabo zinokufana.

    ReplyDelete
  2. Wow im so happy coz i wanted to learn izithakazelo zakwa Kheswa for a very long time my mom never thought it was important.

    ReplyDelete
  3. Ngifisa ukuzifundisa umfan wami

    ReplyDelete
  4. Waw makufundwe bantakwethu umnuM azazi

    ReplyDelete
  5. Ay bengingaz' ukuthi uXulu no Kheswa bazalwa kunye...bengike ngixakwe uGumede bakwethu ukuthi ngabe naye uhlobene no Kheswa? Mina ke ngingu Nozulu uliyasa liyasibekela lichochombele njengokwindla!!

    ReplyDelete

Total Pageviews