Kweyama

Izithakazelo zakwa-Kweyama

Vezi,
Mnembe,
Mgabadeli,
Wena owawela ngezibul'elikhulu elawela amakhosi!

2 comments:

  1. Ngisacela ukufaka nazi izithakazelo zakithi kwa Vezi.


    VEZI


    Goba elihle elingenazichuthu
    Lawu
    Ndenza
    Xabanisa abantu belungisa
    Lisela
    Sdununu SeNsingisi
    Mbonwa
    Mbusi
    Jolwayo.

    ReplyDelete
  2. Ake ngfake nami. Mnembe Mpembe Mhlophe Vezi Mhlophe Dwala Kweyama dlala mgabadeli owagabadela inkundla zakwabulawayo gadlela zikhali kazikho zisemsamo kogobone dwala mpembe mhlophe vezi dlala mhlophe nyazitha wena sandla esembethe imbokodo magalela agoqe njengeshongololo

    ReplyDelete

Total Pageviews