Izithakazelo zakwa Magubane, Magubane Clan Names, Magubane Clan Praises

Izithakazelo zakwa Magubane, Magubane Clan Names, Magubane Clan Praises

Nkomose,
Dibanto, Jiyane,
Thole, Sothole
Snquma, Didiza,
Mzilankatha Ndlandla,
Nhlun'emhlophe egezwa ngobisi
Ithi ingaba bomvu kube eyomlandakazi,
Malinga owalinga amatshe aba zintaba,
Msenganduna namathokazi!




To order: 061 868 5163 (Whatsapp) Delivery: 4-6 days

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names  Mbingo Msuthu , wena olandela ilanga maliyoshona eMancubeni, mzilankatha . Nkatha ayingeni ek...