Magagula

Izithakazelo zakwa-Magagula

Mthombeni,
tshwala-minyela,
gojela,
bahlali linda,
mkhonto,
dunjwane,
mzilanhlizinyo
Msuthu!

4 comments:

  1. Is this all you could gather about izithakazelo zakwa Magagula??

    ReplyDelete
  2. Magagula mthombeni gujwa ugoduke umhlambi namathole wena owashisa isikhotha usizingeleza wasishiya iscinti phakathi

    ReplyDelete
  3. Mthombeni! Mvenya, Thabisa, Duma, Lwandle aluwelwa luwelwa inkonjane zona ezindiza phezulu, Gujwa agoduke nomhlambi wakhe, Mngongolozi owaphekwa netshe kwavuthwa lona k'qala.

    ReplyDelete
  4. Mthombeni,Lwandle oluwelwa zinkonjane ngoba zona zindizela phezulu, Msuthu, Gutshwa agoduke nemihlambi yezinkomo zakhe, wena owaphekwa netshe kwavuthwa lona wasala wena uNgongolozile. Sibuyane esihle esabuya nemvula yabaThombeni.Mseleku. sbumbu esikhulu umcicinini uma sisincane sifuze ekhaya konyoko.... muvuthelwa ekhatsi njengelikhwamba

    ReplyDelete

Total Pageviews