Izithakazelo zakwa Mdlalose, Mdlalose Clan Names, Mdlalose Clan Praises

Izithakazelo zakwa Mdlalose, Mdlalose Clan Names, Mdlalose Clan Praises

Nyanda wephahla,
Khwenta,
Madlula,
Mgabashe
Bhudukuziwisa,
Phangakufa,
Dikane,
Wena wephahla elinhloko-nhle,
Sphungulo say'Ongoye,
Magutshwa laph'engefekhona,
Wena kanhlangothi zibomvu amanxeba,
Wena webhaca elithanda impi ngoba ladla uDayi kaSkhova!

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names  Mbingo Msuthu , wena olandela ilanga maliyoshona eMancubeni, mzilankatha . Nkatha ayingeni ek...