Izithakazelo zakwa Shezi, Shezi Clan Names, Shezi Clan Praises

Izithakazelo zakwa Shezi, Shezi Clan Names, Shezi Clan Praises

Dlaba,
Shukulas', Mnomiya,
Dludle,
Dludl'owadl'imihlambi yamadoda,
Wadl'izinkomo zamaNdebele,
Oyodl'ezikaDlaba uyoceba,
Dlab' akadleli phansi,
Udle' edlodlweni,
Abanye bedlela phansi,
Mavulane owavul' iNkandl'ivaliwe,
Mchube, Mlotshwa,
Wena kaLumbazo, kaZokufa,
Sigananda phum'eNkandla!

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names  Mbingo Msuthu , wena olandela ilanga maliyoshona eMancubeni, mzilankatha . Nkatha ayingeni ek...