Mathenjwa | Izithakazelo

Izithakazelo zakwa-Mathenjwa

Mgabadeli,
Wena owagabadela inkundla kwaBulawayo,
Dumakude, Mageba,
Ndabezitha!

9 comments:

  1. Shandu kaNdaba Sontshikazi
    Shandu kangakanani ngoba nasentendeni yesandla uyenela
    Gumbi lamagwaa
    Mthiya ngenkomo abafokazana beThiya ngamahlahla
    Ndaba komkhulu
    Ndabezitha!!!!!

    ReplyDelete
  2. Ung- understand ungena ngaphi udumakude koMathenjwa!? 😢

    ReplyDelete
  3. Damn nididekile kakhulu this timeπŸ˜‚πŸ˜‚πŸ˜‚πŸ˜‚
    1.Dumakude u Nyawo or u Mlaba
    2. Mageba, Ndabezitha u Zulu
    3. Umgabadeli u Mthembu

    ReplyDelete
  4. No ezakwaMathenjwa aziphelele nje.asibona futhi odumakude,singo Gamula ,wena ongayidli mbuzi osabumsila obheke phezulu,

    ReplyDelete
  5. Manje njenga kungena noMgabadeli kusho ukuth kusangabantu ababodwa yin noDladla?

    ReplyDelete
  6. Uthi uBaba ukhona uDumakude

    ReplyDelete
  7. Ngamanga la Nam ngithakazelwa iEx yam and I was like heeee bannaπŸ™„πŸ™„πŸ™„

    ReplyDelete

Total Pageviews