Izithakazelo zakwa Mavuso, Mavuso Clan Names, Mavuso Clan Praises

Izithakazelo zakwa Mavuso, Mavuso Clan Names, Mavuso Clan Praises

Mavuso!
Ludonga, Mshengu, Shabalala!
Ncele, Magudulela!
Vuso kaNgwane!
Ncele lekhohlo lase Mzimkhulu.
Wena owadela ukubusa wakhetha ukuba ngumfokazana, ematsaktolo kaladlungwane,
iVuso eladla umuntu asesiswini kwathi lo ongaphandle wasinda ngokuzibalekela, Mthimkhulu!
Guliwe KaNgwane!

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names

Izithakazelo zakwa Mbingo | Mbingo Clan Names  Mbingo Msuthu , wena olandela ilanga maliyoshona eMancubeni, mzilankatha . Nkatha ayingeni ek...